Ingubo eluhlaza okwesibhakabhaka (Kusasa usuku lokuzalwa luka Keitu!)

저자
정보 없음
출판사
CALEC
출판일
20250401
ISBN
9781636074733
ISBN 등록 지역
영어권 (ISBN 978-1)

소개

Ngosuku lwakhe lokuzalwa lweminyaka emine (4), uKeitu uthola ingubo, kodwa hhayi nje noma iyiphi ingubo, kodwa eluhlaza okwesibhakabhaka enephethini ekhethiwe ukumela umndeni wakhe! EMzansi Afrika, amalungu omndeni enza izingubo ngendwangu eyodwa efanayo, ngakho kubonisa ukuthi abomndeni owodwa.Ingubo Eluhlaza okwesibhakabhaka ibungaza ezinye zezindwangu zendabuko zaseMzansi Afrika, eziqanjwe ngokuthi yisi-shweshwe, ezisetshenziswa imindeni yabomdabu ukwenza izingubo zemigubho ekhethekile.